Ububi nokubhle kwezinkundla zokuxhumana luningi ulwazi oluthola ezinkundleni zokuxhumana, uyakwazi ukwazi ukuthi kwenzakalani ezweni, endaweni ohlala kuyona, ezinye izindaba kazifiki kwi radio nakumabonake lapho kuvezwa izindaba ezincane kakhulu, uyakwazi ukubona abangani bakho ezinkundleni zokuxhumana uxoxe nabo, isibonelo: ungaxoxa nabo mayelana nomsebenzi wesikole, ngalendlela asisekho isidingo sokufona, lokho okubiza kakhulu, ngamafuphi izinkundla zokuxhumana ziyindlela eshibhile yokuxhumana nabantu. Okubi ngezindlela zokuxhumana ukuthi zinesijwayezo, lapho ugcina usungasakwazi ukuphila ngaphandle kwazo, abanye bayeke nokufunda bephazanyiswa izinkundla zokuxhumana.
Social networks can impose dangers into our mental and emotional health, even personal safety can be at risk. (izinkundla zokuxhumana zingakuhlukumeza ngokomoya nangokwenyama, kuyaxokwa ku social media, luningi ulwazi olungamanga, abantu bayalwa kunenzondo) There is so much hate on social media, there is so much cyberbulling on social media, there is so much hate speech on social media. Social media does contribute to the spread of false information which may harm many people, social media like facebook is also full of scams, where they scam you for your money, some pretend to be izinyanga and izangoma , some pretend to be selling something only to scam you. (kunamaqola adla izimali zabantu kuma social media ingakho kumele uqaphele ungathengi izinto kubantu ongabazi)
Privacy is also one of the issues as somepeople loose privacy, also social media steal your data and sell it to other companies. Posting your location and activities on social network might make it easier for people to stalk you. Some can even steal your information and pictures and use that to scam other people. Social media is distracting, some dont even find time to study, some cant even find time to play and have fun. This may have a negative impact on your mind. (kwizinkundla zokuxhumana izinto zakho zihlala obala, kunezithombe zakho, abantu bangatshontsha izithombe zakho benze okubi ngazo, ake sithi nje umuntu ukuthengele izinkabi, kubula ukuthatha isithombe sakho azinike izinkabi)
Umuthi wokuphasa wokuhlakanipha esikoleni
Grade 12 Matric whatsapp groups
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |